Izindaba umgosi wase newcastle

Izindaba umgosi wase newcastle Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Izindaba umgosi wase newcastle, Shopping & retail, Sdaks n osizweni, Newcastle.

sanibonani uzihle lo wezindaba ezakhayo. ey since sashonelwa ugogo ay kusho ukuthi kwaphela ngezimpilo zethu nabafowethu...
07/08/2025

sanibonani uzihle lo wezindaba ezakhayo. ey since sashonelwa ugogo ay kusho ukuthi kwaphela ngezimpilo zethu nabafowethu. kusho ukuthi besesinakekelwa umalume kuwuye nje ophethe umndeni wonke nowenza izinto ekhakha kodwa befika nabanye laba abasesiswini sagogo befake okuthile iqhubeke impilo.

ay kudlule iminyaka, umalume anyamalale eskhaleni, kwaba ukuthi sesikhululile nathi ayi sibambisane endabeni yokudla nokunakekela ikhaya nomamkhulu ngoba wuye omdala manje kuze kubuye umalume after 2years asazi ke isizathu sokuhamba kwakhe all those years

kwash*tsha ekhaya, umamkhulu eskhaleni waba usathane wokuqala wokuvcina, lento uyiqale ko anti nomalume, wabaxosha ekhaya, ethi angeke bondliwe umalume lo obevele esondla b4, she even used umuthi for ischitho on her blood n intando for his brother(umalume). lokho sikuthola sesikuthola ngomzukulu wakhe. ay balidube bonke ikhaya(there were 6) sasala singabazukulu

ay uyakwazi ukufisa ukufa, uze ufise ukubulala umuntu, jah we've been in hell, lapho asisaspani, she used to cook n everyday afihle amabhodwe ekamelweni, if uthi uzama ukupheka athi lokudla kuthengwe wuye lapho akasebenzi ymthina syazi imali iqhamuka kumalume. if ekhona umalume uzophakela wonke umuntu as if into ahlezi eyenza...p2 uyeza

05/08/2025

sqnibona ngingowase newcastle ngokuzalwa n ive been dating my bby mama since 2014 till last year. so we have a 10year old son. you knw all these years ngithandana naye bengimthanda ngenhliziyo yami yonke bt yaz kunedimoni ebelingibambile which makes me ngifebe n not once

cishe ungibambe more than 5 tymes, bt axole until she felt nothing for me. yaz uthando aluboni cz now since last year ngagcina ukulala naye the tym ehlukana nami n im doing good for my self cz now its been a year ngakaze ngilale namuntu n ngijole namuntu.

u know inkinga isuka la manje ngizizwa ngimthanda lokhu oku over n im 100% supportive kuyena n to our son kangangokuthi we talk everything n she saying she not dating. bt mina akangifuni. few months after sihlukene i was understanding cz i knew i hurted her. bt now its been a year n we are still on same page.

so now ngiyazibuza ngenzenjan?

20/07/2025

Sanibona guys lana sikhuluma ngezinto ezinhasiphethe kahle emakhaya. Umshado ifamily ekujikele, ezothando nokunye okunomali, u scan be anonymous so tht uzothola usizo or imibono mhlampe engakusiza

Address

Sdaks N Osizweni
Newcastle

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izindaba umgosi wase newcastle posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share