Kuqala kanje

Kuqala kanje Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Kuqala kanje, Shopping & retail, 369 Njomane Road Nazareth, Pinetown.

08/05/2026

75/75
Habha uye ebhodin uyosbalela ama Corrections usibonise ukuthi uythole kanjani I answer
"gu gu gu gu gu" 💔💔

08/05/2026

Livele likhale I Alarm usathi
umbatha kahle😩🙄😭😭

Chommy ukuphi, ngika mfana ChommyNginqena ukuvuka ngichamile🥺💔😜😩
08/05/2026

Chommy ukuphi, ngika mfana Chommy
Nginqena ukuvuka ngichamile🥺💔😜😩

Follow Deep Emotions😢🩶!!'s WhatsApp channel. ​A safe space for the thoughts that keep you awake at night. 🥀 Relatable quotes, silent struggles, and the journey to healing. You are not alone. 😢🩶. Join 15K followers for the latest updates.

08/05/2026

udlula icouple Ixabana uzwe “kuthiwa ngakuthola ungenalutho njengalento edlulayo 💔

08/05/2026

Wahamba ne toilet mama ukhishwa isisu yini?

Lapho uhamba nami bafuna ng'phendule bese beyangigwaza😫

08/05/2026

"Musa ukuthy angehlise izwi, ngeke aphuze lona engafakile larh"😭

08/05/2026

SASSA:R350 Decline
reason it because silubonile uzenza u Clever ugunda utshani😜😜

13/04/2026

P4

Ngazama ukukhuluma naye, izwi lami lidlidliza. Ngambuza ukuthi ubani igama lakhe, wathi igama eliyilo elalingelengane yami. Ngambuza ukuthi uhlala kuphi, wathi, “Ngihlala lapho uthandaza khona njalo mama.” Izinyembezi zaqala ukwehla. Ngazama ukumthinta, kodwa wangibamba ngesandla wathi, “Ungakhali mama, ngikhona.”

13/04/2026

P 3

Ngasondela kancane, ngibuka kahle. Ngabona ubuso bakhe… kwaba sengathi ngibona ingane yami. Ngathuthumela, ngazama ukuzitshela ukuthi ngiyadida. Kodwa lapho engibheka emehlweni, wamamatheka ngendlela efanayo nengane yami. Wathi, “Mama, uthenga ama-tomatoes?” Ngaphahlazeka ngaphakathi. Lelo zwi… kwakungelakhe.

13/04/2026

P2

Izolo ngavuka ngazama ukuziphazamisa ngokuyothenga emakethe. Ngangingafuni ukuhlala ekhaya ngedwa ngikhumbula izinto ezindala. Ngathi ngifika emakethe, ngabona izingane zidayisa izithelo nemifino. Kwakukhona umfana omncane edayisa ama-tomatoes, ebiza amakhasimende ngelizwi elijwayelekile… elingijwayelekile kakhulu. Inhliziyo yami yashaya ngamandla.

Address

369 Njomane Road Nazareth
Pinetown

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kuqala kanje posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share