Bonnie's online pop-up store

Bonnie's online pop-up store The art of HUSTLING 💵🔌

19/09/2025
19/09/2025

Having people smarter than you is actually a blessing, not a threat😇

10 Nike t-shirts + 10 pairs Nike socksAll for R1000Make 100% prifit🔥 Lelo Khoza Sfundo Khoza Mafunder Malihle Masemola F...
19/09/2025

10 Nike t-shirts + 10 pairs Nike socks
All for R1000
Make 100% prifit🔥 Lelo Khoza Sfundo Khoza Mafunder Malihle Masemola Futhi Vilakazi Zanele Vilakazi

0714326169

19/09/2025

Don’t wait for the perfect time to start – the perfect time is when you decide to begin.

Your small business is the seed today, but the shade tomorrow. Keep watering it! 🌱💼
19/09/2025

Your small business is the seed today, but the shade tomorrow. Keep watering it! 🌱💼

16/09/2025

"So Friday ingane ka bestie wami ihambe yangabuya etown inabo 17 years thn we decide ukuya ePolice station ngani 20:00 koreport Ngoba nabangan bakhe bathi abamaz be phone akatholakal thn . Aniyeke lapho syaphenikha Ngith akangaqal amfake Kuma social media so u bestie wami uneflat lakhe uhlala nezingane zakhe boyfriend yakhe ihlala opposite ne flat lethu sizame ukumfonela naye asimtholi ok sithi maybe uyodakwa as usual 🙄 ngani 00:00 aslele syathandaza Nawa namapost la ezingane ezilahlekile kofb 😭 sesnestress u girl Lo akaze simbambe nje nendoda or sisole sbone nokuth cha uyafihla kuthi ngabo 1 ezintatha ifone indoda yamngan ithi uyaxolisa beyikwi meeting🙄🙄 Ashoke umngan ukuth uNana akatholakal sesphuma nase police station lutho Athuke naye njengath so umngan ambuze ukuphi athi usendlini lapho uyfake Ku loadspeaker syawuzwa umsindo background ngath ubalekile wayokhuluma etoilet eClubini ok bevalelisane kanjalo
Aybo ngabo 2 sbhekile njalo akulalek so ipoyisa ebelithathe ino yam epolicestation ebesishela lifone libuze ingane ayakabuy Ngithi cha ngsakhuluma naye ubestie sengbona uyagqoka manje ok ngvalelise epoysen ngimbuze Lo ukuth uyaph kulate manje athi Indoda yakhe khona into emtselayo ukuth unentomb endlini ubemfonela njengoba bengkhuluma nephone lutho ukuybamba. Elami lithi ucabanga indoda ulahlekelwe ingane 😡 ay nginyanye nje impela umunt adonse okhiye bemoto aybo ngbone ukuth akadlali sihambe simlandele sihambeke naye mefika emotwen akhale Ngith ngabe siyadriver siyaqhubeka syamfuna manje akukho ryt nakuthina athi asingene eflatin lendoda singeneke unabokhiye bakhe Cele uMadam ok angaknocki singeneke kunomsindo la aw akunamunt edinning siye bedroom aybo 😳 ingane ingaphezulu ishaya I WOT 😤😤 wavele wakhala uBestie bathike abhoncule sametime lapho abasebenzisi Kwa plastiki 😭 aphume ahambe umngan ekhala Mina ngime ngbuke😳 batatazela nje ngmile ngyaybuka ingane ithi iyaphihlika uyakhala ngiylahle njenja yempama ngphume nglandele umngan

P2 Mengfika ezansi akasekho umngan wami ok ngwele ngyeflatini lakhe nakhona ngyafika akekho n kukhiyiwe phone Yami ivalelekile ngaphakathi
Nglinde lutho lapho nginqena nokuknockela omakhelwan ngivele nghlale phansi ngsahleli kanjalo kuqhamuke indoda Yakhe iknock Ngith gwan Wena ingoba ungaboni ukuth akekho bengzokhamisa Lana ekhona athi EI bra manje senzenjan Ngith nobani Wena G*l* mxm ngsukume ngyema securitini ngyocela bengfonise n besengigodola vele luthoke ukuybamba umngan ngisho sengfona NGO private lutho. Kufika o girl bephuma ebumnandini bayaxoxa badakiwe nge accident ama security abuze ikuphi beshoke Bese ngbuza imoto ukuth injan bethi I white Ayboooo😳 ngbabuze ukuth ayfan niyi neka mngan wami bayamaz vele bethi aw ibisigoqekile ingabonakal ukuth Moton lapho besho khona akukude nalana ngivele ngphume ngespeed hawema iyona nangu naye ulele phansi ama paramedic Ayam attend😭😭 mekuthiwa. UJehova ukhona ngbone ngalawa Awam uBestie wam uyaphila akaphukanga ndawo ulimalile nje kancane bt imoto iphelile namanje akaz naye ukuth usinde kanjan bt amthatha ama paramedic Saya esbhedlela uphumile ukhona ingane manje esingayaz ukuth kwenzakalani ngayo indoda isabisa ngokuth izozibulala🙄🙄 ngoba uBestie uthi akafune lutho okuzomhlanganisa Nabo labant bano5 years bethandana. Lapho Ngyabona ukuth she's not ok bt uyaziqinisa yena uthi uryt Mina ngyafuna akhulume nengane yakhe isencane bt yena uvele ashunqe mengith akaybize akhulume nayo
Mngani ukhona la ngyakucela udinelwe indoda not ingane ungayidubi ingane yentombazane le ksasa izogcwala umgwaqo kumanje asaz ikuphi ngoba indoda ngnesho imuxoshile 💔💔💔💔"

Copied

One thing nobody told you about starting a side HUSTLE is that your friends will CLAP LAST, keep going
16/09/2025

One thing nobody told you about starting a side HUSTLE is that your friends will CLAP LAST, keep going

16/09/2025

Sell yourself everyday until they have no choice but to notice you ☺️

16/09/2025

Selling is not just business – it’s believing in yourself and your dream.💪💰

Start selling

Address

56 Tully Street Turffontein
Turffontein

Telephone

+27714326169

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bonnie's online pop-up store posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share