Izindaba ezimbi zasejele kakhul

Izindaba ezimbi zasejele kakhul Devel

Ngicela sipheni lamandoda uthando♥️☺️💪
26/02/2025

Ngicela sipheni lamandoda uthando♥️☺️💪

Waphinde wafaka nephahla zase cebelethu 😟🤨
24/02/2025

Waphinde wafaka nephahla zase cebelethu 😟🤨

Sanibonani balandeli bezindaba Nahlanje siniphathele indaba lasejele lase pmb kuthiwa umphathi wakhona usiqhumisa emoyen...
24/02/2025

Sanibonani balandeli bezindaba
Nahlanje siniphathele indaba lasejele lase pmb kuthiwa umphathi wakhona usiqhumisa emoyeni isitshwebhu

Uwuqinisile kakhulu umthetho kulabo abafuna ukuwuphula umthetho kuthiwa ejele lakhe ukudla kuyenzeka kuphele 2 day

Iziboshwa zingakutholi Hhayi ngoba kungekho but ziyagqilazwa kuthi amaphoyisa ejele anelungelo lokuvulela induku nje kungonakele lutho ejele kuqhume nje induku for 3 hours kungonakele lutho

K

Kwenzi welwa ukuthii ongakaboshwa angacabangi ukudlalela ejele oseboshiwe angaphinde agange iziboshwa zase pmb sezicele ukuzoboshwa

Encome uTraore uvele wathi Fokof ngeke yenzeke leyonto wasetshela amaphoyisa wase ncome ukuthii awaqinise kakhulu esbhaxwini

Naweke utshele lelo 26 or28 langakini elizibizayo ukuba lingake lilinge lidlalele ezitsheni ezifayo shabhuk💪 follow guyz plz

Mphakathi wase mzimkhulu sizani obabonayo asize kuthwa labafana bafike Kobo kukhona udadewabo ehleli nesoka lakhe uthe u...
24/02/2025

Mphakathi wase mzimkhulu sizani obabonayo asize kuthwa labafana bafike Kobo kukhona udadewabo ehleli nesoka lakhe uthe uma ebuza ukuthi ubani lona ufunani la wahluleka ukuphendula udadewabo wasuka lomfana waqonda endlini yakhe kubonakhona ukuthii udiniwe kuthwake kukhona into afike wayidonsa phansi komcamelo wabuya eseyifihle phansi kweskibha uthe efika wabuza futhii ukuthii lomfana ufunani la kwangaba khona ophendulayo uthe esuka wabe ehosha lento ebeyiphethe ibhodlela le Jameson wadonsa amglass wathelela isoka lika dadewabo baphuza kwaze kwasa so alukho

Olubi alwenzile lomfana bondaba Wena tshela lelo 26 or28 langakini elizibizayo ukuba linganya Lana 💪

16/02/2025

Ngihleli nejye itsizwa Lana ithii
Nogolpza ngicela ungipostela
Nam istori sami sikanjena

Mina ngangithanda nenye intombi lentombi sakhula nayo sivele sithandana lentombie beyinenkinga yokuphuza sasesine ngane nalentombi ngakhetha ukuthii ngiyishiye lento ngakhetha ukuthi ngihambe ngiyofuna amatoho nangempela ngafike ngasebenza mangibacanga ngasebenza onyaka abathathu kwathi ngonyaka wes4 ngezwa ngomunye umngani wam wathi

Umbonile khwenye ithaveni eyaziwayo ukuthii udume ngomahosha kwathii ngelinye ilanga NAMI ngazithola sengilapho ngihamba namajitha siyoziphuzela umuntu afike aphuze nangempela ngimbone NAMI umawengane wami ngimtshele ukuba makaboy ngizohamba nawe mase ngihamba Lana nangempela avume ukuthii sizohamba sihambe nangempela siye endlini sifike silalele kuthe ekuseni ngivuke ngimvuse naye Mina ngilungiselele ukuya emsebenzini athii Kumi ucela umali engango R3000 ngithimina anginayo futhii uyangihlanyela nkanti baqinisile Uma bethii uthengisa ngenya yomnzimba ngathuka maqede
Ngamshiya lapho endlini ngaziyela emsebenzini ngingayithathi crc lendaba yakhe
Khwathi kusejalo kwangena amaphoyisa emsebenzini ehamba ngomawe ngane uyena owehla evenini yamaphoyisa wezakimi wathi uyena lona ongindlwengulile esho emaphoyiseni esho ekhomba Mina ngaqale ngethuka esho engibopha ngahlala inyanga ezitathu ekhulukuthu lase lingigcweba icala langigcweba
25 ngaqale ngathuka ngempelq nengqondo zangihambela ngazibuza ngaziphendula ukuba lengane ingenzani
Uthengisa ngempela yini

Into ebuhlungu Abantu bayangitshela ukuba ingane yamii ihlezi ingibuza ukuba mama ukuphi ubaba athii umawayo mtanami ubabakho Kade washona noma zimbuza ezinye iyingane adlala nazo ukuthi uphii ubaba kho uvele athii Kade washona leyonto ingiphatha kabuhlungu ngoba mangiphuma Lana ngiyibiza ngeke ivume ukuza Kumi ngoba imina uyifake umoya wezikhova ngibuhlungu empilweni ngiqalekisa usuku engahlangana nayo nalentombazane

Ngithanda ukubonga bathandi lepeqa ngithii ngicela nihlale nisikhulekis

14/02/2025

Uma ivelile kuwe
Lepost ngicela ushiye ♥️
Bese uthii Happy valethan☺️🙏

Zimkhalele obezama ukuthumba ingane ethekhini 😂😂
14/02/2025

Zimkhalele obezama ukuthumba ingane ethekhini 😂😂

Ngicela 🙏 siphe lobaba uthando uyasibusisa ngomculo wakhe futhii uyalibuyisa ithemba
26/10/2024

Ngicela 🙏 siphe lobaba uthando uyasibusisa ngomculo wakhe futhii uyalibuyisa ithemba

Baqinisile Uma bethii ejele uyayibhosha into oyigwinyile iphume iqantsha uyibhosha phambi kwamapoyisa akudlalwa
26/10/2024

Baqinisile Uma bethii ejele uyayibhosha into oyigwinyile iphume iqantsha uyibhosha phambi kwamapoyisa akudlalwa

Isitholakele imigulukundu yezibotho ezisolwa ngolubulala Abantu a18 laphe lusikisiki zitholwe zibhacile kwelinye lamadol...
17/10/2024

Isitholakele imigulukundu yezibotho ezisolwa ngolubulala Abantu a18 laphe lusikisiki zitholwe zibhacile kwelinye lamadolobha sizoke sibone ukuba bazoyilema yini lento abayiqalile kusejele Lana akudlalwa indoda izonya struuu nasi🤞kuzofa umuntu

Address

Kyiv

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izindaba ezimbi zasejele kakhul posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share