09/01/2022
Njengoba lonyaka umusha ngicela uwenze unyaka wakho wokulungisa amaphutha nokudala uxolo kulabantu owabona.
Kungabe abangani noma umndeni.
Noma ngabe izikoloto ze bank izimpahla noma yini get up, face and fix it kancane kancane. Kube umgomo wakho wakulonyaka. Uma wenze njalo ukhona umthwalo ozosuka emoyeni wakho.
I know one day someone will get back to this post ayibuke bese ngenhliziyo ekhuluma okuthile.
Imizi eminingi kusukela komkhulu bethu ibhubhile ngenxa yokuthi kwaswelakala oyayezothi Ngyaxolisa, noyawezothi "bafo ayiphele" yobe...
Niliqale kahle iviki 💞