Mhlekazi CJ Store

Mhlekazi CJ Store Grocery and Liquor Store

17/01/2026
12/01/2026

Mhlekazi CJ Store

11/12/2025

u December manje,
Its time for Combo Deals at Mhlekazi CJ Store.

Zitholele

Iblack Lable ibene(4) kuR100. 00
Istout sibesine(4) R105. 00
Heineken izobane(4) R115. 00
Castel Lager(5) R115. 00

750ml Smirnoff 1818 R180.00

Kusuka Mhlaka 15 December 2025

29/06/2025

SiwuMhlekazi CJ Store sicela ukulungisa lesimo,

Uma istolo sesivaliwe size sivulwe ngosuku olulandelayo ngo 7:00 ekuseni.

Alukho Ucingo, noma inkulumo eyokwazi ukuguqukisa lowo mthetho.

Thina siyaziqhelelanisa namaCalls asitshela ukuthi asivule sesivalile, Ngob lokho kusuke kungeke Kwenzeke vele.

Siyabonga
Ozithobayo CJ Nsele(owner)

15/05/2025

Sanibonani ePoolall table( snooker) sesikhona eMhlekazi CJ Store, kulabo ebebefuna sibe khona seningafikake nizochitha isiZungu

15/10/2024

Sanibonani wengane zakwethu, ngithi angedlulise umlayezo,ngicela nina enisondele nizongisiza ngiqede impahla esestolo mhlaka 31 kuyo lenyanga, ngifuna ukusivala,

Sengikhathele kahle kahle kuningi okubi okungelandelayo lately akuqhamuki direct but impilo ithanda ukuba nzima kade ngilokhu ngithi ngiyazama ngiyabekezela cha sengiyahluleka. Emva kokuvalwa kwaso angeke ngize ngisidedelele muntu, asizukuqashisa

Impahla ngizoyehlisa ngo 20% yonke kusuka mhlaka 20 October 2024.

Regards
Mr Leaf

09/10/2024

Sanibonani wengane zakwethu.

Kusuka Mhlaka 21 October 2024
Kuzoba noshintso kuma Prices,

I stout Sizoba uR27.00
I black Label izoba R27.00
I castel yona izoba uR23.00

Akuyona Indali ezophela maduze. Ngiyathemba bazothokoza labo abakusebenzisayo,

Khumbulake uma uthenga nge Card awekho amaCharges kanti uma wenza uCashBack akhona.

Regards
Mr Leaf

03/10/2024

Kunzima

28/03/2024

Sanibonani wengane zakwethu, Uma uneTuckshop okanyeni unestolo, usebenzisa uflash ufuna uku thenga ivoucher ka-flash, UpTo R1000.00 si-charger u R20.00 nje kuphela.

Uma ufuna ulwazi mayelana nale service, Xhumana no Mr Leaf kuBusiness WhatsApp 0609037156
Noma kuBusiness page kufacebook Mhlekazi CJ Store
Nakutiktok sesikhonaMhlekaziCJ_STORE

Okusematheni ngapha ngakithi kulesisikhathi
17/03/2024

Okusematheni ngapha ngakithi kulesisikhathi

Address

Empangeni

Opening Hours

Monday 07:00 - 06:00
Tuesday 07:00 - 06:00
Wednesday 07:00 - 06:00
Thursday 07:00 - 06:00
Friday 07:00 - 06:00
Saturday 08:00 - 04:00
Sunday 08:00 - 04:00

Telephone

+27608726710

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mhlekazi CJ Store posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share