Funda Unothe Online Bookstore

Funda Unothe Online Bookstore Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Funda Unothe Online Bookstore, Book shop, 20 Bishop Road, Eshowe.

14/09/2023

Izincwadi zesiZulu

Mageba Lazihlonza (Mageba, it has proved itself)Incwadi ka Betheul Ndelu ekhuluma ngombango wesihlalo phakathi kwabantwa...
01/04/2023

Mageba Lazihlonza (Mageba, it has proved itself)

Incwadi ka Betheul Ndelu ekhuluma ngombango wesihlalo phakathi kwabantwana beNkosi uMpande, uMntwana uCetshwayo kanye noMntwana uMbuyazwe. Lombango wabo ubaholela ekutheni baze balwe empini enkulu yaseNdondakusuka eyaliwa ngo Zibandlela ka1856.

Lombango ayewusolile amaBhunu ngoba ayibuza iNkosi uMpande ukuba ubani ozoyilandela abuse emva kwayo, yakhomba uCetshwayo owayeneminyaka cishe eyishumi nambili. UMntwana uCetshwayo owasengumfanyana, wasikwa endlebeni amaBhunu ambeka uphawu. Phela abantwana beSilo uMpande babebaningi kakhulu futhi befana ngendlela eyisimanga. Ngisho namanje izithombe zeSilo uCetshwayo zisadidaniswa nezomfowabo uMntwana uNdabuko kaMpande.

Zitholele eyakho incwadi ngo R155.
Funda uNothe Zulu.📚

13/03/2023
Ngenzeni?Incwadi ka L. Mncwango ekhuluma ngendaba ka Zenzile ozithola esesimweni lapho kumele ahlukane nesoka lakhe uHil...
28/02/2023

Ngenzeni?

Incwadi ka L. Mncwango ekhuluma ngendaba ka Zenzile ozithola esesimweni lapho kumele ahlukane nesoka lakhe uHilwayo ngoba esekhethiwe ukuba abe ngumdlunkulu wenkosi. Lezi zithandani ziyeqa zishiye elakubo ziyozinza ngaphansi kombuso wenkosi uShaka.

Funda uNothe
20/02/2023

Funda uNothe

Lomdlalo uxoxa ngempila yasebukhosini kwaZulu, izwe lisabuswa yinkosi. Inkosi yabe izikhethela intombi eyithandayo ibe n...
18/12/2022

Lomdlalo uxoxa ngempila yasebukhosini kwaZulu, izwe lisabuswa yinkosi. Inkosi yabe izikhethela intombi eyithandayo ibe ngomunye wamakhosikazi ayo iyathanda noma ayithandi. UZenzile ozithola ekulesi simo unquma ukweqa nesoka lakhe beyokhosela kwi Nkosi uShaka.

Funda uNothe.
15/12/2022

Funda uNothe.

Funda uNothe!
05/12/2022

Funda uNothe!

Uthanda yiphi kulezi?
04/12/2022

Uthanda yiphi kulezi?

Sidayisa izincwadi zomlando wamaZulu.
27/11/2022

Sidayisa izincwadi zomlando wamaZulu.

DINGANE: Senzenjani kodwa manje?MHLANGANA: uShaka uzokuzwa. Usabuza wena? Akube kusabuzwa nxa sekunje. Kuye kuthiwe iceb...
19/11/2022

DINGANE: Senzenjani kodwa manje?
MHLANGANA: uShaka uzokuzwa. Usabuza wena? Akube kusabuzwa nxa sekunje. Kuye kuthiwe icebo lozakha.
DINGANE: Uyazizwa izinja zinqanda icebo lethu. Kuzoze kuvuke ogqayinyanga.
MHLANGANA: Baboshiwe labo. Baboshwe ngumabopha noMbopha.
DINGANE: Kulungile ke. Asiphangise.

Address

20 Bishop Road
Eshowe
3815

Telephone

+27765405058

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Funda Unothe Online Bookstore posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category