Imithi YesiZulu

Imithi YesiZulu siyalapha,sithake,sithakathe

10/05/2026

Ake uyofuna umsebenzi,

Akekho ongeke ondle umndeni wakhe ngisaphila.

Mayisaka emhlophe
Mayisaka obovu
Roslina
Inhlanhla omhlophe
Dumaphansi
Umkhando opink
Woza woza
Gquma geza 3days

10/05/2026

Umendo lo

Zibuthe osilver
Ibheke
Zeneke purple
Velabahleke
Roslina kancane
Mkhanyakude
Skhundla
Zeneke opink
Itshe labelungu eli mix
Umlomomnandi
Mphamephuce

-Gaya kube fine Ugeza ugqume
Ukhuluma naye baba alethe izinkomo ekhaya Amen

10/05/2026

Ngiphinde ngibingelela bantwana bethonga, angisabi mningi kakhulu ku facebook kepha ngiyahamba ngibuye ngesimo sokuthi ngiyalapha iskhathi esiningi.

Imithi ngzodamane ngibuya ngizoni postela ngesimo sokuthi ngiyathanda ukunibona niphilile futhi nisizakala.

Ukulapha akukona ngaso sonke isikhathi ngemali kepha kuyinto eyisiphiwo esiphuma kokhokho nobabamkhulu ekumele sisize ngaso isizwe yizeke singeke vele siphile ngaphandle kwayo imali kodwa isifiso sami ukuthi nginisize mahhala kube kunina okokukhanyisa.

Thokoza 🙏

12/10/2025

Asthake iskhafulo simbize abuye u darly wakho
-delunina
-jikanelanga
-dumaphansi
-sinama
-mthathe
-godide
-Mthunyelelwa
-spikeleli
-ithambo likatikoloshi
-mkhunjulwa
-mkhaleleni
-maphipha
-zomlandela
-inhliziyo yelanda
-ukhakhayi leskhova
-nginakile
-Amafutha katikoloshi
-Amafutha gogo
-Amafutha omkhovu
-ithambo lesothamlilo
-vuka bonke
-sivumelwano
-baphaphi
-ithambo lomkhovu
-Abangqhongqhozi
-isandla semfene
-izizwe zentando
-indoda emnyama
-abafana bomoya
-velemoyeni
-inhlabathi yethuna ongalazi
HLANGANISA KONKE WENZE ISKHAFULO

12/10/2025

Unginakile
Ubhekamina ngedwa
Uvelabehleke
Uvuma Omhlophe
Umkhanyakude
Umphumeleli
Ikhokhelo
Umusa
Hlunguhlungu
Uvulakuvaliwe
Enhlanhla emhlophe
Mlomomnandi
Urosilina
*Nayi induku yokuthandeka ngisho nakwabesimame, uma indoda ingasakuniki imali .
*Phalaza, uGqume ,uGeze.

30/12/2024

Isigezo sabesfazane
Inkomo ibamnandi iyaqoqeka

Umganu
Alarm
Mkhuhlu
uqadolo
Mlotha wamandiya
Geza inkomo

30/12/2024

Khotha la uma ushawe ngomeqo

Insizi yabathwa
Umaphipha
Umbola
Uhlunguhlungu
Isibhaha
Inyathelo
Icishamlilo
Umathunga

Gaya konke uhlanganise Ukhothe Teaspoon

18/09/2020

Thokoza makhehla nezalukazi sengibuyile ekhefini ngiyethemba nisaphila.

Address

Nongoma

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imithi YesiZulu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share