Lalela Couriers

Lalela Couriers We operate a shared courier system to keep costs affordable. You can also hire us at R15 per kilometre.

Siyahlanganisa ama-parcels, siyakuthengela (iRunner), futhi siyalanda izinto ezisukela kuma-small parcels kuya kwezinkulu ezifana nefenisha.

Siyabonga kubo bonke abantu abathi mabesiphathisa bazame by all means ukuthi siqonde ukuthi bafunani. Yebo kunzima, espe...
16/08/2026

Siyabonga kubo bonke abantu abathi mabesiphathisa bazame by all means ukuthi siqonde ukuthi bafunani. Yebo kunzima, especially mawusekhaya ufuna into oyibone ko social media but relax we will check its legitimacy mase sibuya kuwe. Sinjalo nje, angithi sisebenzela wena.

EGoli sizoshaya i U-Turn, siyahamba siyabuya. Uma unezimpahla eziseThekwini, Mpangeni, Richards Bay, Mtunzini, Mtubatuba, Nongoma, Ulundi, Hlabisa, Pongola, etc. ofisa ukuzihambisa eGoli sithinte sihambe nazo. Vele ezibuyayo sezigcwele πŸ™πŸΌ.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

"Thatha le ephakathi nendawo." Simple! Umasisesitolo and sikusendela ama Storage Beds akhona kwi- floor okwakho kulula, ...
16/08/2026

"Thatha le ephakathi nendawo." Simple! Uma
sisesitolo and sikusendela ama Storage Beds akhona kwi- floor okwakho kulula, choose your preferred colour mase thina siyakuthathela. One of the advantages we have ukuthi we've built relationships with many Businesses so kuyenzeka bavale ngo 16h00 but thina ngo 18h00 sifike basinike πŸ™πŸΌ.

Johannesburg; are you ready for us?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

8 Hours ago kwenzeke lengozi laphaya eMpulanga ku N17, whatever resulted kulengozi niphephise zihlobo. Yazi we cannot be...
16/08/2026

8 Hours ago kwenzeke lengozi laphaya eMpulanga ku N17, whatever resulted kulengozi niphephise zihlobo. Yazi we cannot begin to explain the pain esivusela yona lengozi... One of the reasons singathandi ukuhamba ngalomgwaqo from Jozi ukuthi asifisi ukuthi nisiphathise maqede singafiki or izimpahla zenu zingafiki. Asisho ukuthi this is an every day happening but THINA siyesaba for NINA.

26 August sisuka eGoli siza emakhaya. Akekho ofuna ukusiphathisa?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS: Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Kusasa lokhu okusayo sizobe sishaya ama collection from outside Durban CBD ukuze Tuesday early sikwazi ukuhambisa ama-pa...
15/08/2026

Kusasa lokhu okusayo sizobe sishaya ama collection from outside Durban CBD ukuze Tuesday early sikwazi ukuhambisa ama-parcel abantu kubanikazi. Basilindile emakhaya sebeyoze besithethise. Niyalwazi ke udaba masifika sizonivusa ngoba sizoqala kwabanye abafisa ukulethelwa emakhaya njengani πŸ™πŸΌ.

24 August siya eGoli and sifuna ukwenza lokhu okubizwa ngo U-Turn, 25 or 26 August siyabuya. Siphoqwa ama order nakhona, kodwa makukhona ofisa ukusiphathisa khona ungasho sibone sisenaso yini isikhala.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

15/08/2026

Uma sithi asehlulwa lutho, we mean sithatha kwasani asikhethi as long as ususicelile nje. Uyabona nje nawe. SiseThekwini sizobuya ngoLwesibili. Ufuna sikuphatheleni?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - We are here for you πŸ™πŸΌ.

If usithume ukuthi sikuthengele something kuba ne Runner Fee (Imali yokuthi sikuyela esitolo noma ezitolo sikuthengele)....
15/08/2026

If usithume ukuthi sikuthengele something kuba ne Runner Fee (Imali yokuthi sikuyela esitolo noma ezitolo sikuthengele). Okwamanje it's R100 eThekwini and R200 eGoli. Lemali ayihlangani neye Delivery Fee. Uma ufisa sikubhekele something futhi i Runner Fee iyafana, lemali uyikhokha noma ngabe awuyithenganga leyompahla.

Please send us as much details as possible like pictures and sizes ezimpahla zakho kanye nama - address ezitolo. If awunakho siyakusiza nakhona but kuba nzima.

We are currently in Durban, busy buying and collecting parcels. Sizobuya Tuesday. Akukho ofisa sikuphathele khona?

WhatsAppβœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

15/08/2026

We always try by all means ukuthi impahla yakho ibe safe when we courier it but it's your responsibility to make sure that your parcel is properly wrapped. Please note that we're not responsible for any damage if it's not safely wrapped.

WhatsApp us on 0350012252 if ufisa ukusiphathisa.

Njengamanje siseThekwini sivuke sayothengela abambalwa abasicele ukuthi sibathengele mase sibuya nakho. Sizobuya Tuesday...
14/08/2026

Njengamanje siseThekwini sivuke sayothengela abambalwa abasicele ukuthi sibathengele mase sibuya nakho. Sizobuya Tuesday, 17 August 2026. Uma kukhona anything ofisa sikuthengele yona noma ke sikulandele anywhere around Durban sikubuyele nayo, sithinte manje.

Next week siya eGoli. Vele ke kade saqala ukuwathatha nama order akhona, we're almost getting full.

WhatsApp: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Izolo ntambama silahlekelwe isivalo senqola, not sure where, but between Nongoma town and Buxeden, silahleke nayo inambe...
12/08/2026

Izolo ntambama silahlekelwe isivalo senqola, not sure where, but between Nongoma town and Buxeden, silahleke nayo inamber plate MK 05 NT GP.

Oyibonile sicela asithoyizela, siyomupha udrink uma ewudinga.

WhatsApp 0795913948

Please Reshare πŸ™

Address

Nongoma

Opening Hours

Monday 06:00 - 17:00
Tuesday 06:00 - 17:00
Wednesday 06:00 - 17:00
Thursday 06:00 - 17:00
Friday 06:00 - 17:00
Saturday 06:00 - 17:00
Sunday 08:00 - 15:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lalela Couriers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share